GENERWABISHI RELOADED (Episode 26) [Khethiwes - TopicsExpress



          

GENERWABISHI RELOADED (Episode 26) [Khethiwes Flat] Kusebusuku umnyango awukhiyiwe, kungene uScott Nomvete. UKhethiwe udindilize phansi. Scott:MaShenge! Khethiwe, wake up! Khethiwe:(drowsy) Hehe sengiseZulwini ngempela? Scott uwena lo, usuzongilanda? Waze wamuhle, kanti nala usazicupha ngamasudi sgila? Ungalaphi uMpilo? Mtshelen sengifikile u boy-boy. Scott:Oh no Khethiwe you overdosed! A whole bottle of pills! Hang in there MaShenge, hang in there just breathe! Im calling an ambulance! (ethukile) Khethiwe:Mmmmm. Scott:Just hang in there, I know youre much stronger than this Qhawekazi, Ill get you to hospital, just breathe. [Hospital] Dr Xulu:Usebenze kakhulu wamphuthumisa lapha esibhedlela. If bekuphele another hour engalutholanga usizo ngabe sikhuluma okunye manje. Scott:Ngiyabonga Doctor ngosizo lwakho. So when is she going to wake up? Dr Xulu:Ekseni uzophaphama, kodwa kunama forms that I need you to sign because uKhethiwe must be going through an emotional trauma ukuze enze something so drastic, kuzomele ngimdlulisele kwi Therapist ezokwazi ukwenza a proper diagnosis for her condition. Are you her husband sir? Scott:Oh no, Im a . . . just an old friend of hers. Dr Xulu:Okay well wait for a family member then, thank you for bringing her to hospital you did save her life. Scott:Thank you Doctor, kumele ngihambe. Ill come by in the morning. [Ahambe uScott; kuqhamuke uRuby] Ruby:Dr Xulu . . .Dr Xulu! Ukuphi uKhethiwe? I came as soon as I received the call, unjani yena kodwa manje? Uzolulama? (ehefuzela) Dr Xulu:Shes resting but ekseni uzovuka. UKhethiwe unenhlanhla ukuba nabangani abamkhathalelayo, if it wasnt for that gentleman who brought her in . . . Ruby:What man? UKhethiwe doesnt have . . . Dr Xulu:Oh youve just missed him, sengikhohlwe negama lakhe kodwa akusenani. Uhmmm ungangena egumbini lika Khethiwe kodwa try not to disturb her okay kumele aphumule. Ruby:Ngiyabonga Doctor. Kodwa kumele aye emngcwabeni wendodana yakhe do you think . . . ? Dr Xulu:Come to my office uma uqeda ukumbona umngani wakho, sizobona imaphi ama options esinawo. Ruby:Yebo Dokotela. [Sibusisos Office: Ezweni] Sbusiso on a call Sbusiso:So asahamba kahle wonke amalungiselelo omshado angithi? Ntombi:Yes kuhamba kahle konke ukuthi nje ngi worried what if ngempela ingane ethwelwe uPriska eyakho? Sbusiso:Lokho ngeke kuvimbe umshado wethu and I think uPriska ubenamanga nje because ngathi akabuye ne proof yokuthi u preg ngempela yini, wake waphinda wambona emva kwalokho? I wouldnt be surprised if she was faking the whole thing. Ntombi:Only time will tell. Sbusiso:Ungazikhathazi, Ill never let anything iphazamise uthando lwethu. [khona ongenayo] Sbusiso:Baby, ithi ngibuye ngikufonele. Khona okungidingayo la. Ntombi:Okay, love you . . . Sbusiso:Love you too. Bye. (drops call) Jack:Hahaha ngasho ngathi siyohlangana eSkhaleni kwaNtombela. Sbusiso:Ubekwa yini la Mabaso? Jack:Hhawu Dlomo ngokuhamba nje isikhashana ususale walahlekelwa ama manners? Akuyona indlela efanele ukubingelela umngani wakho wakudala leyo. Sbusiso:Angizofundiswa uwena ukuthi kubingelelwa kanjani. Get to the point, ufunani la? Jack:Dlomo, wangixosha kabuhlungu ezweni lakithi. Ngaphoqeleka ukuyobhaca emazweni angaphandle kanzima. Uzokhumbula ke ngahamba ngithembisile ukuthi ngiyobuya futhi mhla ngibuya koqhuma nhlamvana ezinye ziyofekela. Isona ke isikhathi lesi, sekuzoya ngamagameNkehli. Sbusiso: . . . . . . . . . (adonse umoya)
Posted on: Mon, 08 Dec 2014 08:40:22 +0000

© 2015