Girls be like__ uZama uhleli kubo nosisi wakhe uMbali... - TopicsExpress



          

Girls be like__ uZama uhleli kubo nosisi wakhe uMbali... kufona umngani ka Zama igama lakhe uZinhle :) Zama : hello mngani wami, ngaze ngajabula ngifonelwa uwena :D Zinhle : unjan oe? Ngiyeza lapho ngicela ungigcobe irelaxer ekhanda bese ungipha nempuphu encane engzopheka ngayo ntambama akukho lutho la ekhaya :( :( Zama : ok ngzobona mase ufikile la :/ .... Mbali : ubani lo obefona? Zama : ey ilesdina esiwu Zinhle funa ukuza la Mbali : weee uyaphi nje mxm :/ Zama : uzobanga iscefe nje la, nokukhulu ukunuka ikhwapha :v ufuna ngimu relax(e) , ufuna nokzoqeda ukudla kwala ekhaya engath ngzokhathala uyena
Posted on: Mon, 18 Aug 2014 20:15:03 +0000

Trending Topics



Recently Viewed Topics




© 2015