Insert 127 Following day it was sunday ngavuka around 6:30 - TopicsExpress



          

Insert 127 Following day it was sunday ngavuka around 6:30 ngageza ngalungisa umbhede ngayo vusa I twins uba zigeze u Nathi no boy nabo bageze mabeqeda. Ngahamba ngayolungisa I breakfast, beza bazongi joiner badla ke ngathi ba washe I zitsha mina ngayo gqoka ke nabo ngabakhiphela impahla abazozigqoka masiphuma emnyango wabe eya ekhishini u Zinhle yo lungisa I breakfast yabanye Her: morning, niyaphi ekuseni? Me: morning nawe, siyazikhipha Her: oh okey Sahamba ke saya e khaya, safika sathenga ama kota ne drink sahlala ke saxoxa Nalo: yazi sisi angiyithandi le eyenzeka ekhaya and ngibhekile nje isenkulu into ezowenzeka Me: hayi bayiqale bona, Im gonna deal naleyo uma seyifikile Nako: umuntu uyashesha ukukhohlwa yazi Nalo: say dat again twin Nako: umuntu uyashesha ukukhohlwa yazi Nalo: mxm ave ungasile ma uthanda Me: :v :v :v :v kodwa kusho wena ukuthi makasho ephinda Nalo: mxm sisi Me: love u too Nako: kodwa nale izodlula Nalo: yea izodlula kodwa kunomonakalo okhona Nako: angeke ukwazi uyivimba lento? Nalo: cha sisi sometimes ezinye izinto are better left unsaid or umuntu u have to let her/ him to expirience life in hard way Nako: uyangibhida khuluma ngani? Nalo: thula ubheke uzobona Me: yangithusa Nalo Nalo: nothing is permanent its only temporal sisi Me: mmm asambeni siye e Cris Hani sizobuyela endlini Nako: I thought siyalala Me: ngiyasebenza sisi kusasa ngivala wednesday Her: ok Sahamba ke saya e Mall sathenga I ultramel eziwu 5 ne chips eziwu 5 ne sour beans zami sayindlela ke ebuyela emuva, safika e Randburg saya kwa Spur sathenga ukudla sadla then sathenga ne take aways saya endlini safika bebuke i tv Me: sanibonani Cikizwa: hey sisi Me: ninjani? Her: rite u? Me: sisharp. Abanye y bengavumi ngibingelela? Sino: zovuma njani uhambe nengane yami ungashongo? Me: yibambe apho ke Mamshengu lena ingane yeyami. Her: yeyakho?? Yadakwa Me: mhlampe siphuza sonke, lena ke ingane yeyami yebo yamithwa nguwe ngiyavuma kodwa ikhuliswe yimi Her: mxm Me: wena ke Saider no Zinhle anivumi ngani ngibingelela? Saider: akusashiwo kulamalanga makuhanjwa? Me: yibambe apho bhuti nina izolo nitshele bani manihamba? Cikizwa: excuse me guys Tman: me too Me: u are excused Zinhle: engeke ngiyimele yile yoba uphendule unothanda endodeni yami. Me: :v :v :v mihlola yami kusengu bhuti wami njalo lo, ngathi uyakhohlwa ukuthi Im da one la owenza le relationship yenu isebenze. Saider: sisi wami, Mamshengu, donga luka Mavuso, Simahla, Mathangamahle ngiyavuma isenzo sethu sayizolo asikuphathanga kahle phephisa ngane kababa ngiyakucela sisi wami besikade sihleli kahle asingavumeli usathane angene phakathi kwethu Zinhle: hayi suka niyamsaba lo Minenhle ngokuthi ene Mali ucabanga uyasi owner she wont say jump sithi how high Saider: yerr shut up maan wena Zinhle, la ngizama ulungisa into oyenze izolo coz u are da one othe bathi o Nalo bazo sala no boy bona abahambi Her: mxm Wahamba makaqeda, heee hayi yimihlolo lena sheim u Zinhle uveza ama true colours wakhe now. Ngithe ngisazicabangela njalo ngizwe u Sino e shouta Her: ye wena Nako hu gave u I permision ezintweni zami? Nako: khuluma ngani? Her: ngale nail polish oyifakile Nako: oh no lena eka sisi Mini Her: cela ungangijwayeli u Mini wake wambona efake I nail polish enjalo Wamfaka impama rhaaa yena ushaywa ngubani ngasukuma nami ngamfaka eyami Me: yeses Sino ubani okuphe I right yokushaya? Her: uthule ke wena Mini bengingeka khulumi nawe Me: wena ushaywa ubani, ungisize boh angizoqeqeshelwa nguwe Her: mxm phofu bengilindeleni ku mahosha Me: nc nc nc nc uyangilinga we Sinothando??? Lalela ke sisi if ngangingazange ngi hoshe ngeba use kwa aunt wakho namanje awuna future atleast mina ngangihoshela ukukhulisa nini nginiphe uthando lomzali ngoba ningenalo, nxaaa yerr yangicasula yazi le mali yokuhosha yakukhupha endlaleni yakupha umcebo wamitha useyingane zange ungizwe nangelanga elilodwa ngikubuza ngobaba wengane ngayikhulisa ngayipha uthando ngakusa esikolweni! Thanx for reminding me Saider: that was uncalled ke Sino. Wahamba waya e kamereni yakhe wapaka impahla zakhe nezika Nathi weza e donsa ama suit case wabo wathatha u boy Her: ngiyahamba kulomuzi wakho. Me: bfo uhambe cela ungiboleke I keys zemoto yami eyathengwa ngemali yoku HOSHA Wangi jula ngazo Me: ngiyabonga ke Mashabalala, uhambe lo ndima yengulube wedwa ushiye u Nathi ke Her: mxm Wahamba washiya nalo suitcase ka Nathi lapho waphuma nempahla zakhe. Me: Nako thatha impahla ika Nathi zibuyisele la zihlala khona Nako: ok sisi Me: Nalo cela ungiphathele I laptop yam Nalo: ok sisi wami Bahamba ke. Saider: yhoo hayi kunzima la ekhaya Me: abantu abangaziboni ubo wrong mina angeke ngibathini sheim. Ne pride u Sino, ungibonga nge plate le thuvi after everything engibenzele yona Him: Nxese sisi Wabuya u Nalo ke ne laptop nga cancel onke ama credit cards ka Sino, yena kanamali moc le yeyami yoku hosha makahambe ke yena mina angingeni ndawo. Kuthiwa HAMBA JUBA BAYOKUXHWITHA PHAMBILI
Posted on: Fri, 12 Dec 2014 14:01:19 +0000

Trending Topics



Recently Viewed Topics




© 2015