Ake sdlale ngeqiniso: yabona i-poster/i-advert/ i-promo mithi - TopicsExpress



          

Ake sdlale ngeqiniso: yabona i-poster/i-advert/ i-promo mithi kuzobe kukhona u-L, P. Q & many more kahle kahle ama-crowd puller u-L,P,Q okushukuthi yibo ababalulekile uma kungenzeka kuhoxe oyedwa wabo ey kungaqalwa na-late impela ezama ukunxenxwa, okuvamise ukuthi futhi akhokhelwe lowo coz uncengiwe so mina nje mfoka-Gwala, uKhamanga ngibalulekile kithi uma uzongibiza ngo-many more ngimfunge uKhamanga ngeke #NGIIIIIIIIZE# mawuwumuntu kufanele uziqhenye ngobuwena, uzithande & uzihloniphe ungavumeli ukudlala abantu nokuthatheka kancane, wangbiza ngo-many more awu shame ngingavele ngihoxe ekuseni ngelanga lomcimbi angisosbhula mazolo mina ungasala nabo o-L.P.Q labo................. #OperationCloseGabBegins#
Posted on: Wed, 10 Dec 2014 06:05:25 +0000

Trending Topics



Recently Viewed Topics




© 2015