Bbe u jus made my day 4 sending me ds!!!! Ngkhumbula kdala - TopicsExpress



          

Bbe u jus made my day 4 sending me ds!!!! Ngkhumbula kdala ngisasebenza eTavern kwafika umunye umjita wafuna istiff se chivas wathi angenze kube i triple . Ngambuza ukuthi u desha ngani? Wathi aka deshi, angi Rock ama ice kphela ngenza njalo, ngamlethela nge glass . Wathi No ufuna ngizihlukanise lezi stiff ngenze nga single kwi Glass ngayodwa ngamenzela kanjalo washaya lezi stiff zontathu, wangabe savalelisa wahamba njalo ngaksasa waphinde wabuya, wafuna leyampahla futhi yayzolo ngamenzela, ngathatha ama Glass amathathu, ngafaka istiff ngayodwa, nga add na 2 ice kwi glass nangaksasa wabuya, wafuna samething... Ngamenzela . Njalo uma efika sengimazi ukuthi ufunani waphela u 7 months enza lento lomjita, eseyi regular kuleya tavern engangispana kuyona, uma efika ecele mina ngimenzele coz mina sengiyamazi wafika ngomunye uDay ephatheke kabi, inyembezi zigcwele emehlweni . Ngaloya day akafikanga wahlala phansi, wafike nje waqonda kwi counter, wathi ngingamenzeli njengenjwayele bt angenze i double, ngihlukanise ama Glass ngempela ngenza njalo nangaksasa wafuna yona iDouble ngamenzela, nginqena ukumbuza ukuthi why manje sekwenzenjani ngosuku lwesthathu ngathi ngeke uma efika ngizombuza ngempela wafika . Me : mate him : sho mybroe awenze idouble lapho, uhlukanise ama glass me : mate, ubujwayele ukucela i triple la futhi ubuhlezi u happy, manje usufuna i double hlezi uphatheke kabi, sekwenzenjani? Him : yabo mina mybroe ngikhulele e capetown me : ya him : so, kade ngizwana nabanye abafethu, sibawu 3, ngasuka nabo e primary, saya e high school ndawonye, sasuku lapho saya aVarsi ndawonye, sathola umsebenzi endaweni eyodwa ndawonye me : ya him : kshuth njalo uma siphuma emsebenzini, besidlula e tavern sishaye istiff sonke umuntu eyedwa ephuze istiff eziwu 3 siphuzelane sonke, single, single, single me : ya him : kanti mina ngizolethwa la eDurban, kodwa savumelana ukuthi noma singahlukana bt kuzomele siqhubeke nalokhu ekade sikwenza me : njengoba usushaya double sekwenzenjani pho? Him : phela mina mybroe angisawphuzi utshwala, sengiwuyekile sengiphuzela abafwethu kphela ** nibe ne weekend emnandi bafethu #Ibhoza_lendoda #Salute!!!
Posted on: Fri, 10 Oct 2014 12:27:40 +0000

Trending Topics



Recently Viewed Topics




© 2015