Cela ungifihla ngicela ukubuza koBhuti ukuthi uma uthande umuntu - TopicsExpress



          

Cela ungifihla ngicela ukubuza koBhuti ukuthi uma uthande umuntu do u look ukuthi ugqoka izinto ezibizayo or uyamthanda nje ubuyena,ngibuziswa ukuthi kunobhuti ongishelayo ugqoka kahle izinto ezibizayo mina ngizigqokela okucheap bt ku clean bt ngyasaba ukumqoma ngibona ngathi uzoba namahloni ngami uzosaba nokuzikhipha nami ngoba angigqoki gama ngicendeni niyakwenza lokho bafana? #admin Ntoh
Posted on: Fri, 29 Aug 2014 15:10:44 +0000

Trending Topics



Recently Viewed Topics




© 2015