Competition yezidididi UMhlongo no Ngubane baqhoshelana ngokuthi - TopicsExpress



          

Competition yezidididi UMhlongo no Ngubane baqhoshelana ngokuthi ubani onengane eyisiphukuphuku kakhulu. aq ale uMhlongo amemeze"Godloza shesha woza la". Afike , "yebo baba". "hamba uye estolo uyongithengela isinkwa" asho asuke ngejubane uGodloza athi uMhlongo "uyabona ke ngikutshelile uya estolo akaphethe mali futhi akazi nokuthi ngifuna isinkwa esinjani" athi uNgubane hawu uyadlala wena buka la "Skhindi woza la mfana" aqhamuke ngokushesha. "shesha gijima uye ekhaya uyobheka ukuthi ngikhona yini". athathele ngejubane uSkhindi ebheke ekhaya abuye ngokushesha esehefuzela "awukho baba nomama uthi uphumile akakwazi ushonephi ngisayokubheka kwaMpungose" asho asuke ngejubane futhi athi uNgubane "nazo ke nawe uzibonele" athi "hai ngiyavuma mngani wami kubheda kakhulu kowakho"
Posted on: Tue, 30 Jul 2013 06:51:53 +0000

Trending Topics



CARE AWAY LOCAL RESIDENTS AFTER THE
** Dooney & Bourke - Satchel With Pockets (black) - Bags And
Formal Language: A Practical Introduction [Perfect

Recently Viewed Topics




© 2015