Dear Sihle Michaeli MntakaNhliziyo Mtolo. Awuyeke ngane - TopicsExpress



          

Dear Sihle Michaeli MntakaNhliziyo Mtolo. Awuyeke ngane yakwethu ukuzipha isibongo sakwaShembe ube ungesiyena owakhona. Wena sikwazi ungowakwaMtolo eHlokozi, ngaseThandizwe Temple, kade usabatha eSenzo Temple. Kuyasimangaza ke nokho lento oyishoyo ulutha izingane zikaBhombela uthi uzalwa iNyangayezulu inhlamba leyo enkosini yaseKuphakameni. Uyamthuka uMkhonto umbiza ngesiphingi nesihlobongi Mtolo? lofacebook Mtolo wawuvulela khona ukuthi uthuke iNkosi yamaNazaretha ndoda? Woo kuwe mntakwethu, akwaba awuzalwanga luqalekise nosuku owazalwa ngalo ngoba usazokubuka umhlaba. Igama likaShembe ALIWONA UMDLALO! Ekugcineni uvula iAccount uzibiza ngoSmanga Shembe ingane yoThingo, wenzela ukuthi uma ukhuzwa kulemkhuba emibi ebese ukhomenta ngaleAccount kaSimangaliso avune wena khona amaNazaretha azothi nempela ungowakwaShembe nakhu efakazelwa nayingane yoThingo! USmanga akayazi naleyo akhawunti, kazi wothini kuShembe ngalamanga owaqambayo uze usukele ngisho umntwana weNkosi, engabe wothini ngamhla iminwe yakho iqhosha ngomhla wokuphela. Nani manazaretha musani ukuba izilima nidlale lomntwana, lomntwana akahlali ngisho ngaphakathi kwaBaba, akahambi ngisho uhambo kodwa uhleze ethi uphambi kweNkosi uNyazilwezulu. Nizohamba nidlala wonke amabhukudwane lawa eninikelisa eSpar. UShembe ulalela umthandazo wakho, nina enithole izinto ninikele kulengane, ubevele ezoninika uShembe ngale kokuthi nifake imali eSpar napha lomntwana ngoba uShembe ubheka inhliziyo emthandayo. Akungoba kunikelwe kulomfana kaMtolo. uBoh Nhlanz`enhle Shembe ngenye yefake account yakho owayenza ukuze weseke lamanga akho. UPhiwa Shembe lo waseSkhawini baze bamsusa oNhlanzi sikwaBhekabezayo, bamkhipha bamqhukulusha phakathi kwabo ngoba abamazi. Akahambe ayofuna isbongo sakhe kunina ukuthi ungowakuphi kahlehle. Usethole enye ifake enguwe wagxuma wahlala naye isgebengu lesi. Syabazi thina oNhlanzi, sihlala nabo abanalo ulimi olumbi lwenhlamba lwaseSihogweni la usebenzela khona. Ngakuzwa uthi uyafunda wenza iAccounting, awuphikisani nomuntu kaStandard 8 I doubt if u possess the basic knowledge of financial accounting. You know nothing about the accrual concept in preparing financial statements. Into oyazi kangcono uSpar! Bayakusaba ke abantu bathi uyaqalekisa, angeke UNGILOKOTHE mina, awunamandla Mtolo. Uma ngabe kuyimi oqamba amanga ngawe okusukelayo ngicela uShembe uNyazilwezulu lungiqalekise. Kodwa uma kunguwe oganga ngabantwana bakaShembe. ngicela isqalekiso sehle kuwe kaskhombisa. Ngyabonga.
Posted on: Mon, 08 Sep 2014 18:03:05 +0000

Trending Topics



t:30px;">
God will give you DOUBLE for your trouble! Many of you know our
Nemu ini ngakaks lah. Bule: What is your first name? Orang Jawa:
If you wake up call from a loved one is Andy. Did you check your
Two men waiting at the pearly gates strike up a conversation. Howd

Recently Viewed Topics




© 2015