Dis is my second poem ever Ngayibhala ngo2009 so ngikhumbe le - TopicsExpress



          

Dis is my second poem ever Ngayibhala ngo2009 so ngikhumbe le lokhu okusakhumbuleka #Konakelephe_emzansi Izolo beku uEskom Namhlanje uPetrol ulokhu uyakhuphuka Emakhaya bayahlupheka Ayikho intezophekwa Abaphezulu babanga izikhundla Abalwazi usizi lokuswela ukudla Konakeleph emzansi Sakhula sazi ukuthi imikhoma iyenanana Izandla zyagezani Manje bayabulalana Ngezandla impefumulo bayakhiphana Izintombi zazikhula bese ziyemula, Manje zithi zisakhulu sisuke sezilanyulwa, Uma sezilwa zibang abafana Ezinye zitebhise amablukwe zibangabafana Ngapha Umama ukhulelwe ungabaza ubaba engane Zikhule ezingabazi obaba izingane Angithi ababa bangamathayma Yes bangamaThayi ma Ngoba egwaqeni ilapho begugela khona Konakeleph emzansi #2009
Posted on: Fri, 15 Aug 2014 05:33:48 +0000

Trending Topics



Recently Viewed Topics




© 2015