Episode 1of 2 ___kazi kuyo gcina bani___ kuse dbn kwa bhejane - TopicsExpress



          

Episode 1of 2 ___kazi kuyo gcina bani___ kuse dbn kwa bhejane phuma esqiwini kwakhethomthandayo kuyilapho kuyisikhath sokuphela konyaka kuya bhiyozwa kujabulwe kuyaphuzwa kunomndeni wakwazikalala kukhona iziqenqe zodwa kuwo kanti neizingane zakhona ave ziziphethe kahle kwath kusebusuku kuzohlukaniswa unyaka umhlaka 31 kuyadliwa kumnandi kuyaphuzwa bazdedela lezngane kubo bath azkhululeke zbone abangan baz baznika nemali khona okuthiwa unoxolo ahambe avakashele umngan wakhe okuthwa uqhamukile kodwa bambiza ngo qham bavele bahambe benoqhamu baye etarven kuyaphuzwa uqhamu unokwenza izinto ezibhedayo alayithe ugwayi) qhamu:woza noxol shaya kancane uyavuma noxolo:ngeke mina angbhem futh ngyasaba la qhamu:ayikho lento yakho wena udinga isphuzo esibandayo(ebiza u weta). Noxolo:angwuphz mina utshwala qhamu:relax i gurana le inoshukela ngath idrink imnandi yoh(emhlohla ebe eyvula naye) noxolo:awuth ngyizweke ngob kusho wena(ayivule naye aphuze) qhamu:injani? Noxolo:imnandi ngempela(aliqed ikani afune enye).awu ode enye phela qhamu:relax (a ode ama six pac awu 2 nebhodlela lesminof baphuze kusukela ngo 20:09pm kuth makushayo 23:00pm unoxolo udakwe uphelile ) noxolo:ei mngani uyayenza lento yakho asdansemanje(uyazphephukela) qhamu:we! Lo usenje ngomzuzwana nje .mmmh uhlale engichomela ngokuth uyi virgin awuth ngihlanganise olova bami ngfuna kuse engaz nokuth uwu ban (ekhuluma yedwa) noxolo:ngkhathele manje mngan(ahlale phansi) qhamu:ngyabuya ngsay etoilet (akhulume nabafana bewu 7 akekho ongamfun endawen bavele bath sizoya sonke kuye menze ukuth eze etoilet labant beslisa) noxolo:wajukuuuuh jaaah (ngelesdakwa izwi. Kusenjalo abuye uqhamu ) qhamu:mngan ngcela siye etoilet uhlambe ubuso(ambambe bahambe bafike abafana sebemlindile ath uma engena bagxume bahlale kuye bamnephuze bamnephuze kuze kube iyoleyondaba bamshiye esele phans kanjalo etoilet bahambe kuse eksen izingubo zigcwele igazi .adunyelwe ikhanda ahambe ayekubo mayefika akukho munt kubo ageze awashe izingubo adle babuye abazal ekuhamben kosuku kujabulwe kube mnandi ) . . . . . . . . . . . . . . .after 14days . . . . . . .(abone izimpawu zokukhulelwa unoxolo.aqond eclinic athole ukuth ukhulelwe akhale azithulise.akhumbule usukulapho kwenzeka khona lento .ukhumbula umunt oyedwa and lomfana usizwe unguskhotheni ubhema amadruks insangu kanye nezinhlobo nhlobo zikagwayi . Ahambe asuke eclini adlule kwasizweh) noxolo:qoqo! (enqonqoza) sizwe:ngena noxolo:sizwe ngimithi sizwe:umithi?(ahlahle amehlo) noxolo:sizwe lengane eyakho(ekhala) sizwe:lalelalah ungazongbhedela njengamanje phuma uphele laykhaya ngaze uphume undiza noxolo:kulungile (ekhala aphume) . . . .. . . . , after 6mnths. . . .. . . (unoxolo akaze asho kubo ukuth ukhulelwe nesisu asbonakali phela umi kahle unoxolo .usizwe abne iznyanga izisondela .alove eskolen aye kwanoxolo afice umama(thembi) nobaba(dumsani) kanoxolo bahleli phansi kwesihlahla libalele nelanga) sizwe:sanbonani ekhaya dumsani:yah unjan mfana singakusiza sizwe:akuk ning okunglethe lana baba kodwa ave ngphoxeka inganeyakho uyifundise kahle kanje dumsani:yenzen ingane yami (axwaye) sizwe:iyaphuza iyabhema ayfundi igijimisana nabafana futh manje ngath ikhulelwe ngzile kancane dumisani: ini? Imithi?(aphakamise izwi athethe) thembi:ehlisa umoya baba ulalelekahle(ambambe) sizwe:okubinakakhulu ayisangen eclassin ihlala ematoilet. Dumsani:ngyabonga ndodana ukuth ungazise . (After 3hrs afike unoxolo ephuma eskoleni) noxolo:hey dady and mom (ehleka ezinamele bambuke emehlweni anxaphe ubab wakhe) dumisani:yewena nondindwa hlala phansi ngfuna ungtshele kahle wenza bah islima noxolo:ngan babah dumsani:unganghlanyeli ngcela uthathe amasakana uphume uphele laykhaya noxolo:hawu ngobn babah dumsani:ngcela ungangbangeli isdina necefe phuma uphele kwami thembi:mana bab umntwana achaze dumsani:ngzokuthela imvubu mandlov thula man(ethetha.aththe imthwalo ahambe aykwamngan wakhe unoxolo umngan wakhe u dudu afike ekhala ephethe imthwalo) noxolo:qoqo dudu ngcela ungvulela plz(ekhala) dudu:kwenzenjani noxolo:ekhaya ngixoshiwe (amtshele istori sonke .bahlale ndawonye baqhubeke nokufunda kubhalwe ama exams okuphela konyaka.eth uma eqeda elokugcina iphepha unoxolo abizwe usizwe uphethe ama philis okukhpha isisu ) sizweh:yewena phuza lama philisi ukhiphe lento oyikhulelwe njengamanje noxolo:sizwe plz ungayenz lento ngycela(amfake ngenkan amaphilisi emlonyeni akhale unoxolo abambe isisu akhale kakhulu...
Posted on: Thu, 08 Jan 2015 10:25:02 +0000

Trending Topics



Recently Viewed Topics




© 2015