Fihla Admin Ngina 23 ngicela ningifihle nginenkinga la ngosisi - TopicsExpress



          

Fihla Admin Ngina 23 ngicela ningifihle nginenkinga la ngosisi wami omdala 29 unendoda ok kwenzeka iphutha ngelinye ilanga kwafika indoda yakhe engekho eye kwishende lakhe akangabuya yagcina indoda yakhe ilale ekhaya yathi kimi ibhorekile sahamba saya ndaweni yokuzijabulisa saze sabuya ngo2 ebusuku kwase kwenzeka iphutha elingenzekela noma ubani sagcina senze umkhuba ngalobo busuku, kodwa akwangazi muntu afta sibhebhene kwase kuqhubeka njalo senzumkhuba ngoba ngize ngathola ukuthi ngimithi ngayitshela indoda kasisi kuthi ngimithi yathi akunankinga izoyihlawula ingane last week ngitshele umama ngalenkinga wavele wangitshela kuthi kumele ngikhiphe isisu, mina angifuni kukhipha isisu ngoba ubaba wengane uyayithanda ingane yakhe and nami ngiyamuthanda, ngisizeni kuthi ngenzenjani makunje. Admin-Skish
Posted on: Tue, 10 Sep 2013 18:16:39 +0000

Trending Topics



Recently Viewed Topics




© 2015