Hide and post mhlekazi im using my cousin account. My lawful - TopicsExpress



          

Hide and post mhlekazi im using my cousin account. My lawful wife akakhoni ukungithemba, I think its because of her previous relationship, her ex was a womaniser so she thinks nami nginjalo. Sometimes she hacks into my social networks account. With the hope of finding something against me. Uyangisesha in side out. Even if athola an innocent msg, picture or contact uvele a conclude ngokuthi ngiyajola nalabantu . Sengikhathele ukugwetjwa amacala ngezinto ezingekho, sengathi ngiphilela ukuphika .anginankinga ngokuthi abambe iphone but inkinga yami ukuthi if athola into encane kusuka uthuli and I have ukulwa naye ngamagama .ukuthembeka kwami kuye akubonakali . Ngiyamthanda kakhulu angifisi ukulahlekelwa uye.kodwa ilmpilo yethu ayisenanjabulo ngenca yokuthi akangiboni njengedoda ethembekile. Yes nginawo ama clients nama colleagues , nabangani abesifazane ocingweni kodwa akukhonto enjengomjolo engiyenzayo. How can I prove ukuthembeka kwami kuye?.
Posted on: Sat, 26 Jul 2014 10:22:05 +0000

Trending Topics



Recently Viewed Topics




© 2015