Impilo yam isalele emuva ngo 10 years. Manje ngsebenza ubsuku - TopicsExpress



          

Impilo yam isalele emuva ngo 10 years. Manje ngsebenza ubsuku nemini ngingalali and ngiznike 5 years ukulungisa impilo yami. I know kuth kuwmsangano komunye umunt if ezwa lo 5years. Kepha kimi wenele, and ingoba ngthembe noNkulunkulu. Last year bathi Master uyagula, thina uzosbona end of 2012 ukuthi sobe sikuphi. Bakuphi manje? Stil basafana nami. mina ngsalelwe u4 years manje. And uJehova angawjika lo 4 years ube 1year. Ngyamthemba owam uNkulunkulu. Uqala nini wena ukbhekana nesimo sakho? Noma uhleli ulinde uJesu? Hamba uyozama amatoho. Hamba uyofunda. Akukho stifiketi esizoqathaka ezulwini. Khala kuJehova ikhona into oyenzayo. Khala uhamba emgwaqeni ushiswa ilanga uyofuna umsebenzi. 1 day knomnyango ozovuleka. Mina sengyavuka manje. And ngvusa nobaba ukuth ahambe nami. Lalake wena. Kepha yazi kuth noNkulunkulu ulele ezifisweni zakho. Suku oluhle bangani.
Posted on: Mon, 08 Jul 2013 02:21:59 +0000

Trending Topics



Recently Viewed Topics




© 2015