Indoda Eyayihlakaniphile Yathatha ibhodi Yadweba Umfana ne - TopicsExpress



          

Indoda Eyayihlakaniphile Yathatha ibhodi Yadweba Umfana ne Ntombazane Yase Ngezansi ibhala imnyaka eya ku 2 - 10 Years Yabhala kuthi Ngezansi * IM TOO YOUNG 2 SAVE DA LORD * Yaphinde yabadweba Sebena 14 - 30 years yabhala kuthi * IM TOO BEAUTIFUL & HANDSUM 2 SAVE DA LORD, Into eyenziwa zinsizwa Nezintombi zalesisikhathi Esingasiboni Isidongo Sokukholwa Ngoba bathi bahle ksamele benze izinto Zalesisizukulwan Bakhohlwe kuthi Izinsuku Zomuntu Zibaliwe Zokuphila, Yaphinde yabadwena Sebeno 30-40 Yabhala yathi * IM TOO ENERGIC & FLEXABLE TO SAVE DA LORD* Yabadweba Sebeno 40 - 70 years Yabhala * WE ARE TOO RICH & BUSY TO SAVE DA LORD * Wabadweba Beno 70 - 90 wabhala * WE ARE TOO OLD TO SAVE DA LORD * Wase Edweba Umfundisi Eqgoke Igubo Ehamba Phambili Eladelwa i Hers Nebandla Ngemuva Wabadweba Sebelele Ebhokisini Loncwabo Bebheke phezulu Wabhala ukuthi * ITS TOO LATE TO SAVE DA LORD * Uma Usanikwe Ithuba Ungayikhohlwa lendoda Engale kwamafu noma ngabe unemal,Umuhle, Busy Bt Make sure akufiki Lapho Okuyobhalwa khona kuwe ukuthi * ITS TOO LATE TO SAVE DA LORD * Balaliswa Bebheke Phezulu Kodwa Babengamkhonzi Umuntu Waphezulu Behlulea Ukumbheka Besabona Bambheka Ngekani Sebengasaboni, Akekho Muntu Ofa Abhekiswe phansi noma Ngabe Bewungamkhonzi Kodwa Uma Usufile Ubhekiswa Phezulu Okusho Kuthi Ungangambheka Usaphila Kodwa Uma Usufile Uyombheka Loya Nkulunkulu, My Bible Says KUYAKUMSIZA NGANI MUNTU KUZUZA IZWE LONKE ALAHLEKELWE KUPHILA KWAKHE NA?
Posted on: Wed, 27 Nov 2013 19:04:38 +0000

Trending Topics



Recently Viewed Topics




© 2015