#Iphupho leNkosi Nebukedinesari#iNkosi ilele ibona isandla sibhala - TopicsExpress



          

#Iphupho leNkosi Nebukedinesari#iNkosi ilele ibona isandla sibhala oDongeni nansi imibhali*MENE MENE,uNkulunkulu ubalile umbuso wakho uwuqedile* INkosi beyisahleli kamnandi kwathi ebusuku ilele yabona isandla sibhala lombhalo*akubanga manandi kuye uNebukenesari wathukuthela kakhulu!! Namuhla kunabantu okubhalwe lombhalo*MENE MENE TEKEL uFasile*okusho ukut izinsuku zabo zibaliwe.......Kodwa namuhla akuyena uNkulunkulu obhalile uSatane......!!! USatabe Mubi akafuni ukusibona sijabulile uyena obulala izihlobo zethu Uyena ochitha igazi emigwaqeni Uyena ongena kubantu bese bedlwengula abantu abadala nezingane ezincane!! Nguyena ovale iminyango yabantu ukut bengaqashwa bengalutholi uNcedo Uyena obhidliza imishado yabantu bezihlalele kahle Uyena othi abantu abajole Uyena othi abantu ababulalane!! Namuhla ngegama likaJESU sinyenyeza igazi Lewundlu akekho umuntu ozofa Akekho umuntu ozobulawa Akekho umuntu ozophelelwa umsbenzi Akekho umunt ozokhala Akekho umuntu ozohlukunyezwa#Siyanqaba nani ngegama likaJESU*uSatane ubesesho ukut ue Days are nombered*izinsuku zakho zokuphila ziphelile!! Usatane unamanga ezakho izinsuku zifihliwe esandleni zikaJehova Not esakhe!! Kunabantu usatane namuhla ubekadae ebahlele imincwaba#siyayikhancela iN JESUS name# Kunabantu kade ehlele ukut bazophelela emgwaqeni#Siyakhancela yonke into in JESUS name* Kunabantu usathane ebevele esethu uqedile ngabo bazophelele ezingozini zemigwado#We refuse ngabo in JESUS name* Kunabantu usatane ube bazophelelwa uMsbenzi#uJehova uyanqaba nani nizosayiniswa amacontract amasha in JESUS name. Kunabantu usatane ebekade ebafake emathuneni*Siyabakhipha ngegama likaJESU. Kunabantu usatane ubekade esebanike intambo nemithi ethi abazibulale *sithatha yonke into in JESUS name bayaphila. Kunabantu usatane ubehlale ebakhalisa njalo uthathe iJoy yabo abasathokozi namuhla uJehova ubuyisa iminyaka eyadliwa isikhonyane kubuya zonke izinto ezathathwa usatane*AMEN* Bese siphumile isimemezelo sokut wena lonyaka uzophela usufile* uJEHOVA ucancela yonke leyonto!!#MENE MENE TEKEL UFASIN*Namuhla sithi JESUS JEUS JESUS JESUS JESUS!! UJehova uyanqaba nawe nomndeni wkho ekuseni abagulayo bayasindiswa namuhla UJehova uyenqaba nezingane zakho ngeke zibheme iHunga in JESUS name. Ujehova uyanqaba nezimoto zakho ayikho ezokwebiwa ayikho ezoginqika in JESUS name. UJehova uyenqaba noMsbenzi wakho UJehova uyenqaba nomkhwenyana wakho ngeke baze bamthetha UJehova uyenqaba nabazali bakho ngeke baze bafe njengoba ucelile wathi uJehova akabagcine ukuze usebenze kuqala ubabonge bese uyabathatha! UJehova uyenqaba nawe#Ngeke avume ukut unyawo lwakho lushelele* ****Mina nginemicabango emihle ngawe Not yokukubulala kodwa ekukuphilisa neyokunikeza ikusasa eliqakazile* UJehova uyenqaba nomsebenzi wakho UJehova uyenqaba nemali yakho UJehova uyenqaba nebussinss yakho.*Namuhla uJehova uCancella yonke into ebekade ihlelwe emkhathini usatane namademoni akhe*uNikezwa amandla amasha....uJehova uthumela izingelosi ukuba zikubambe ngesandla ukube zikuphule ogobeni lwabacuphi!! #uJEHOVA unendlela yakhe ngisho esivunguvungwini!!!#UMa uvumelana nalento eshiwo uJEHOVA TODAY kuwena SAY AMEN or Press Like kwenzeke izimangaliso empilweni Yakho*UYIQAWE ELINAMANDLA*HAMBA ngalawo mandla ophiwe wona*AMEN*
Posted on: Tue, 12 Aug 2014 04:48:46 +0000

Trending Topics



Recently Viewed Topics




© 2015