Iza Wena!!! Here is a very inspirational poem by Mlandeli Luvo, - TopicsExpress



          

Iza Wena!!! Here is a very inspirational poem by Mlandeli Luvo, Our Youth Leader as we gear up to visit the Port Elizabeth branch for a night vigil tomorrow. Title: Hamba Nkanyezi Hamba uyokhanyisa emhlabeni Hamba uyokhipha ubumnyama emhlabeni Hamba uyongenza mkhulu emhlabeni Hamba Nkanyezi Wena awufani nelanga Wena awufani nenyanga Wena umncane kodwa ugcwele umhlaba wonke Wena awutshintshi nge season awufani nenyanga Ngoba ngikudinga njalo Wena uzohlala ukhona njalo Hamba Nkanyezi Amafu azamazama ukukuvala kodwa esawo isikhathi siyadlula ilanga lizozamazama ukukuvala kodwa esalo isikhathi siyadlula Nemvula izozama ukuvala kodwa esayo isikhathis siyadlula Hamba Nkanyezi Hamba ngoba inkanyezi iyakhanya ebumnyameni Hamba ngoba inkanyezi iyakhanya ekudeni HAMBA NKANYEZI... Port Elizabeth ARE YOU READY???! Date: 25 July 2014 Venue: P.E (Town) Time: 20:00 - 06:00 Zimbabwe be ready we are coming to you next! Iza Wena!
Posted on: Thu, 24 Jul 2014 08:09:17 +0000

Recently Viewed Topics




© 2015