Izinhlanya ziyobhekwa ukuthi iziphi esezincono manje. Zangeniswa - TopicsExpress



          

Izinhlanya ziyobhekwa ukuthi iziphi esezincono manje. Zangeniswa kwiclassroom kwadwetshwa intombi ebhodini enhle futhi eme kaaaahle kwathiwa Azishele kubonwe isoka lamanyala Habee.... Zasukuma one by one, Epsssss my sister ngiyagcwala ngawe! Olunye luthi Iwe mama sthandwa senhliziyo yam I call u mama u can call me papa!... Zashintshana zonke kanjalo kwaze kwasala olulodwa luhlezi, amanurse athi yaaaaa!!! Nangu osencono uNgcobo. Abuze amanurse athi:hawu Pholoba kanti wena yin kawuyifuni yin intombi enhle kangaka wathula?.... Ahleke kancane uNgcobo maqede aphendule athi: Hehe yazin, angihlanyi phela mina, wena ungashela isihlobo sakho?... Ingane ka-Aunty lena lol
Posted on: Wed, 13 Nov 2013 17:41:09 +0000

Trending Topics



Recently Viewed Topics




© 2015