KUNGANI? Indaba izongena namuhla ntambama. Ake ngikukhumbuze - TopicsExpress



          

KUNGANI? Indaba izongena namuhla ntambama. Ake ngikukhumbuze okwenzeka ku-episode-10 :) Mlandeli we drama i KUNGANI? uyaphila kodwa eyi phela kade yagcinana. Ey yaze yamnandi nansi i drama! Lalela-ke uBrazo the bravo lovela egoli ngathi wazana kude nalo Miss G wodumo. Khumbula phela wanede wamubona nje washayeka phansi. Ihee kodwa engabe bazanelaphi? Kungenzeka yini ukuthi elinye lamasoka akhe? Phela ngeke waphika leyantombazane ave iyiyengandoda ayiwathandi amadoda ungafunga ukuthi yadliswa. UmaXulu (Mrs Mthembu) akayizwisisi kahle eyokuhlukunyezwa kwa maNgcobo (Mrs Msomi) ngomyeni wakhe uMsomi. Khumbula phela wavele waqala itoyotoyi nabanye othishela balibangise ehhovisi lika Msomi bephethe izinduku. Cabanga ngoba phela usezitholele ulwazi olunzulu nge-orgnisation emele ukuhlukunyezwa kwabantu besifazane i POWA phecelezi i People Oppositing Women Abuse!UMaNgcobo akayisebenzi indaba ye POWA yena akafune muntu ozomutshela ngo Nomndayi wakhe. Nx! Uthandi akangicasuli kanje! Ngisho ngoba phela usedela ngisho umndeni wakhe ngalo Stiks ndini. Ayi ngiyabavuma eMajuba uyadlaliswa umuthi kuleyandawo ngisho abafundi imbala. Khumbula phela uStiks ndini lo, waya kuCele ethoyenga I love portion. Ey uyangicika loyamfana yabo mangingahlangana naye eMall kungashunqa uthuli. Phela nami ngiyamthanda uThandi ;). Themba and Zinhle
Posted on: Fri, 05 Dec 2014 11:32:19 +0000

Trending Topics



Recently Viewed Topics



>>

© 2015