Kukhona into ekumele siyilungise la!! Ithi ngicale ngalabo - TopicsExpress



          

Kukhona into ekumele siyilungise la!! Ithi ngicale ngalabo mama nabantwana bab ba mantombazane ,,,I night dress,, yokulala ngayo ,, lemme be clear,, YOKULALA NGAYO ebusuku,, hayi ukuya ngayo eMall ...nisibonisa imihlolo, abanye benu abafaki nama Panty ,, kodwa niya emall ngama Silk night dress ,, Have some Dignity , Yhooo #Ngidubule Ke Bese ngiza kini ama Grade 12,,,manje se kuna ma Pens Down ,,,ohh mara Jesu ,, ama Pens down wani!! Abanye uzozwa bathi, siyojaiva ngathi sizolahla,, uma ulahlile vele ulahlile ,,, kanti umhlaba sekwenzakalani ngawo!!! Hayibo,, uphasile njengoba se ujaiva ngathi uzolahla? YEee Baannaaa !! #Ngishaye #Nge #Textbook Bathi si pusha I SWAG ,, okay sengizwile , ngizo investigator,, uphusha iswag, kodwa awuna mpuphu endlini , I fridge ine 2liter ye Coke ephethe amanzi we ICe ,, kodwa uyo phusha I swagg E GoGota nase TaiFa !!! Whuuu mara !!! Sithi salute kubo Clever aba pusha I swag kodwa abana Colgate ekhaya ! #Ngishise #Nge Stofu #sa #Malahle Okay so Ungu mapakisha ,, uya Twerker, uyenza yonke lenyakanyaka ,,, mara motho,,, do you have Brains thou? Or maybe usebenzisa leyibunu zakho ukupusha impilo??? Brika Motho, ema ganyane ,, think! Think! Think! Get your Diploma, and Twerk on your graduation day !! Yekela ukuphapha !siyakubona #Ngi #suzele uma #ukhona :D Ma Yellow Bone??? .... Ngiyeza kini ,,, WATCH ThE SpAcE ...
Posted on: Mon, 08 Dec 2014 07:54:04 +0000

Trending Topics



Recently Viewed Topics




© 2015