Kwak khona omunye ubaba owayehlala eyedwa endaweni - TopicsExpress



          

Kwak khona omunye ubaba owayehlala eyedwa endaweni yangakithi,ubaba wayeney ngane eziyshumi nonkosikazi,kodwa bashona bonke,bonke babe vuka beshonile bangagulanga,manje kwagcina kuthiwa ubaba lo une nyoka ehle ichoboza nje emfunayo,kuthe sebephelile lento yandlulela kwamakhelwane nakhona bashona bonke kwangasala ngisho nobaba wakloyo muzi,umphakathi waya emzini walobaba wathi uyoceda ngaye,bafika bathela i petrol yasha indlu yawa kwasala umlotha kanti bayshisa nje indlu yakhe yena akekho uye entabeni uyokhuleka for 7days,uthe maye buya wabona angesanamuzi kodwa waya kuwo wona loyo mlotha loyo wakhuleka,umphakathi wamangala mawbona ubaba ephila,inkosi yendawo yabiza umhlangano ophuthumayo,inkosi yabatjela ukuthi ubaba lo akyena obulala abantu kodwa kwak khona omunye ubaba oke wangazwana nalemindeni emibili wafunga wathi uzobulala abulale nesizukulwane sabo,wakhala lo baba kakhulu kodwa waqhubeka nokthandaza,inkosi yamakhela indlu entle enako konke ngaphakathi,waba nokthula ubaba wahlala ngokthula,manje ngithi kuwe noma sew luze konke okthandayo,ungesanakhaya,abanga bekjikele,ngicela ungalulahli ukholo lwakho kusmakade uyindoda ezwayo futhi engasay khipha impilo yakho edakeni,beka ithemba lakho kuye igama lakhe ngu Jesu kristu indodana ka Nkulunkulu.sanibonani kuyi monday
Posted on: Mon, 18 Nov 2013 04:23:08 +0000

Trending Topics



Recently Viewed Topics




© 2015