Kwazalwa umosquito omncane uthe ngosuku lokuqala undiza wabuza - TopicsExpress



          

Kwazalwa umosquito omncane uthe ngosuku lokuqala undiza wabuza ubaba : Lubenjani usuku lwakho lokufunda ukundiza? Mosquito omncane: Abantu bebengijabulela bengishayela izandla. : ubaba Bebekushayela izandla hayi ngoba bekuthanda bebefuna ukubulala. Qaphela mfethu xa usenza into akusibo bonke akuyijabulelayo, bambi they want to destroy you. UJesu akabulawanga ngotsotsi wabulawa kanye yilaba aba close kuye.
Posted on: Thu, 18 Jul 2013 08:05:12 +0000

Trending Topics



Recently Viewed Topics




© 2015