Mabazithobe abantu baka Nkulukulu ababizwa ngelakhe igama yena - TopicsExpress



          

Mabazithobe abantu baka Nkulukulu ababizwa ngelakhe igama yena uzokubezwa esezulwin ave e #MUHLE umzalwane ozithobile Nkulunkulu uyathokoza ngaye futhi uyaziveza izimpawu zakhe ngaye Akewuzihlole sihlobo sami ukuthi ingabe usenza kahle phambi kukababu nkulunkulu Ingabe usazithobile na ingabe usahamba ngomthetho ka Nkulunkulu noma sekwakhonzwa wena Usungu nkulunkulu wena self na ew kuningi okusibulalayo ezion -Ukukhothanyelwa kuyasibulala Ngoba sigcina sizibone sibusa wonke umhlaba lona siyikhulu zomhlaba -Pride ezion Iningi Fame Ibulale u Zion omningi ngoba once ngaduma ngizibona kahle sengbusa wonke umhlaba lona abanye abazalwane abanye abasilutho or abazilutho yim -Ulwazi luningi kakhulu nomunye nomunye ufuna ukuzibona ebusa akekho ofuna ukuzibona ehlile noma emuncane ubona kahle uzophela Isthunzi Umbuzo wam ingabe sisenza kahle na? Ingabe sisagcinile umthetho kababunkulunkulu na? Noma sekukhonzwa thina sesiqhuba eyethu inkolo engena Nzuzo Asimfuneni asenokutholwa Free #Advice Sihlobo sam uma uzithoba uzehlisa angeke uphele sthunzi kepha uzonqoba zonke izimpi zomhlaba ngoba unkulunkulu uyathokoza ngokuzithoba kwakho futhi uzokwandisele kakhulu kunakuqala Lalela noma lapho ohamba khona sebakukhothamela kangaka nani Bonga unkulunkulu ngoba kube yena azange ehlise amandla akhe kuwe ngabe awuyiyo lento oyiyo namuhla asimfuneni esenokutholwa Asifundeni ukuzehlisa zion noma singaziwa umhlaba wonke kodwa lokho angeke kusincede ngalutho ayikho inzuzo esizoyo thola ngalokho uma singagcini Umthetho Kababu Nkulunkulu #Pride yabulala #Fame yabulala mawungakwazi ukuthoba nokuyi Controller iyadukisana Sengigcina sihlobo sam Zifuna uzihlole kungakapheli iskhathi ukuthi ingabe usahamba emthethweni Olotshiwe ngu Babunkulunkulu singadukiswa Udumo lweskhashana ngoba luyandlula Power Amen
Posted on: Sat, 09 Aug 2014 14:47:27 +0000

Trending Topics



Recently Viewed Topics




© 2015