Mina ngingu nonhle portia macaluza lushaba ozalwa ngu ntombenhle - TopicsExpress



          

Mina ngingu nonhle portia macaluza lushaba ozalwa ngu ntombenhle umambhele caluza beno myayiza insizwa yaka caluza abangasekho emhlabeni ngazalelwa endaweni yakwagubhuza lapho inkaba yami ikhona kwathi ngo 2008 enyangeni ka july ngashelwa insizwa yakwalushaba ogama layo kungu ntokozo babazi lushaba ngayiqoma ngo september ngawo lowo nyaka ayi uthando lwethu lwavutha njalo uthixo wasibusisa ngomshado ngonyaka ka 2010 january 30 lapho sabopha khona ifindo lika sofa silahlane kuwona lowonyaka ka 2010 ku june waphinda uthixo wasibusisa ngendodana usbongakonke thandolwethu lushaba esiyithanda kakhulu iyonake imvelaphi yamacaluza le
Posted on: Wed, 24 Sep 2014 08:06:30 +0000

Trending Topics



Recently Viewed Topics




© 2015