Namuhla besifunda izwi eliku Hezekiya 33 : 1-7 nakwi zenzo 16 : 16 - TopicsExpress



          

Namuhla besifunda izwi eliku Hezekiya 33 : 1-7 nakwi zenzo 16 : 16 besikhuluma ngomlindi, abalindi abasalibethi icilongo abantu bayafa emzini, abefundisi abasalikhulumi iqiniso lezwi lika Nkulunkulu abantu bafa bekhona ngoba abanye abesenendaba nezwi kodwa banendaba nezimfuno zabo, Bangcotshwa baka Thixo bayafa abantu emabandleni kodwa nithule du nesaba ukuthi bazohamba, nakhu sesishumayela uJesu onabukelisiwe bo, bajola beshaya amakhoruse,besemakomidini amakhulu ebandleni , sishumayela kuphakame izishosha, beyizethenjwa kube fundisi babo, sibe sigabe ngokuthi samukela ivangele le Grace ngiyavuma liyi Grace kodwa manje le grace siyayi miss user , ngizinqumele ukukhuluma iqiniso kusukela manje kuze kuphele isikhathi sami ngiyazikhulekela nami ukuba ngingalahlwa ekungcineni. God blessed you nina nikhonze kanjani?
Posted on: Sun, 23 Jun 2013 17:11:26 +0000

Trending Topics



Recently Viewed Topics




© 2015