Nasi isimemezelo ekade senziwa i Marketing Manager yo KHOZI FM - TopicsExpress



          

Nasi isimemezelo ekade senziwa i Marketing Manager yo KHOZI FM ....... Ukhozi fm luvule ithuba eliyingqayizivele kowesifazane oyedwa sifuna ukwandisa ithimba labasakaza umdlalo webhola lezinyawo (Soccer Commentator). Sidinga owesifazane onolwazi lwebhola lezinyawo kanye neminye imidlalo,Kufanele akwaZi ukukhuluma kahle isiZulu nesingisi, abenomatikuletsheni. Uma ucabanga ukuthi uyilomuntu esimfunayo kumele uze kuma Auditions azokuba ngomhlaka 18 November 2013 e SABC eThekwini ku 100 KE masinga Road. Noma ufike egoli e Auckland Park kwa SABC . Ama Auditions azoqala ngehora lesishiyagalombili ekuseni.
Posted on: Sat, 09 Nov 2013 06:41:57 +0000

Trending Topics



Recently Viewed Topics




© 2015