Ngibingelele kuAdmin nomndeni wonke uphelele. Admins: a - TopicsExpress



          

Ngibingelele kuAdmin nomndeni wonke uphelele. Admins: a suggestion- kungawumbono omuhle to post i-email address yalapha on your profile ukuze kube lula ukuythola. Mndeni: this is to obhuti abafuna umaqondana bese bethi from ages 18 kuya phezulu. Then athi, "ngifuna umuntu oserious ngempilo etc". Do you honestly think ukuba serious ngempilo komuntu ona18 kuzofana nokuba serious komuntu ona31? This is just a question, angigxeki ngiyabuza. Kodwa asicabangisise amarequirements ethu kuyima si-post(a). Happy Sunday Bosisi noBhuti bami abahle MaMbatha
Posted on: Sun, 25 Aug 2013 05:12:08 +0000

Trending Topics



Recently Viewed Topics




© 2015