#PowerHour 5 to 6am vusa abanye, #ShareYourlifeChallenges : From - TopicsExpress



          

#PowerHour 5 to 6am vusa abanye, #ShareYourlifeChallenges : From anonymous - Cc ngikubingelele ekseni mina bengcela abalaleli beVuma bangikhulekise ngaqala ukugula 2yrz back ekhaya bangihambisa kubantu abalapha ngesizulu ngoba kwasekuhluleke odokotela bengaboni lutho, but izinyanga zonke engazihamba angiwuboni umehluko ngeke ukholwe baze bathi kufuneka ngibe isangoma nginezingcabo umzimba wonke and sengiphendukele kumdali wezulu nomhlaba ukuthi kube nguye onakekela impilo yami kodwa ekhaya abahambisani nami bakholelwa ezinyangeni. Bengcela ningikhulekise kakhulu ngizobuyela esimeni ngsebenzele abantabami ngyakholwa uJehova ngeke angilahle. Bengcela ukuba uAnonymous waseMlazi. Ungathini kudadewethu, mhlampe uke wagula ungazi unani ungasizakali ndawo, wenzenjani wena?
Posted on: Tue, 15 Jul 2014 02:34:55 +0000

Trending Topics



Recently Viewed Topics




© 2015