Sawubona Admin ngisacela ungazise uma sewu postile kodwa ungifihle - TopicsExpress



          

Sawubona Admin ngisacela ungazise uma sewu postile kodwa ungifihle kungaveli ngisho iqakala, nginentombi engumama wengane yami ena 14 months sithandane 2011 indlela enza ngayo ubukeka engumuntu ongenyanya ngalendlela kodwa uma ngimbuza uthi uyangithanda uyangenzela izinto ezi ryt yena kodwa unenkinga uma ngikhuluma naye ucasulwa into encane angidube akakhululekile nje kumina abantu aze aveze izinyo ngisho elomhlathi kubona abangani bakhe ama x bf akhe abakubo nabantu abangamfuni empilweni waziwa njengomuntu ongeve elungile futhi ehlonipha abanye abantu kodwa kumina nje ngedwa ukhuluma noma kanjani uze ahloniphe izingane zakubo ezincane kunami mina ngiyinto nje kuyena akhuluma kuyona noma yini ngizibuza ukuthi akangali ngani uma engangifuni
Posted on: Sun, 01 Dec 2013 07:55:34 +0000

Trending Topics



Recently Viewed Topics




© 2015