Sithakela Isizwe Ngombono Wakho i-Deputy Prime Minister - TopicsExpress



          

Sithakela Isizwe Ngombono Wakho i-Deputy Prime Minister yase Turkey yethula inkulumo esuse umsindo kakhulukazi ezinkundleni zokuxhumana lapho ethe abantu besifazane akufanele bahleke kakhulu emphakathini kumele babambe isimilo. Lokhu lucasule abantu besifazane abaningi baphenduleka ezinkundleni zokuxhumana bafaka izithombe zabo behleka beveza ukungahambiselani naloku okuphawulwe i-Deputy Prime Minister. Ngabe isimilo somuntu wesifazane sihlangana kanjani nokuthi uyahleka emphakathini noma cha? globalpublicsquare.blogs.cnn/2014/08/05/turkeys-debate-on-women-no-laughing-matter/
Posted on: Thu, 07 Aug 2014 18:04:25 +0000

Trending Topics



Recently Viewed Topics




© 2015