Think positive: Ngibuka lo-Oscar ongenazinyawo kodwa odume - TopicsExpress



          

Think positive: Ngibuka lo-Oscar ongenazinyawo kodwa odume umhlaba wonke and oyimillionare. Ubengusozigidi ngoba engesanazinyawo. Bakhona abagijimi abanezinyawo Korea abangaziwa kwanhlobo. Lendoda inqamuke imilenze yavele yazibona ingumgijimi. Ngempela igijima ishiya abanezinyawo. Okwamanje akukhohlwe okubi ekwenzile,think positive.... Mnganami bengizothi think positive kulesimo obhekene naso esikulahlekisa ngethemba. Uzalisiwe dadawethu wasushiywa kanjalk,yebo siyavuma kubuhlungu but Think Positive ukuze nalona owakushiya akubone uphumelela. Noma ngabe walala wavuka suthelelwe ngegciwane,nakhona kubuhlungu but Think Positive ungathi vele usuzofa,milions have died already this year,bafa benegative,nawe usengenza okubabazekayi empilweni and usazohamba imingcwabo yabanegative kodwa wena positive. Ukuth awuqashwa ndawo akusho ukuth amathuba sephelile,u can start your own business and make cash. Ulale ukhala izolo but vuka with a smile today,stop crying..... Umlungu izolo uthe:In the middle of every difficulty theres an island of opportunity... Stop worrying and start Living.... Think positive.... gudmning
Posted on: Fri, 04 Jul 2014 04:58:27 +0000

Trending Topics



Recently Viewed Topics




© 2015