USbu uhamba nentombi yakhe uSelu bafike endlini sekumnyama - TopicsExpress



          

USbu uhamba nentombi yakhe uSelu bafike endlini sekumnyama kuphakathi namabili uSbu akhanyise ugesi, Selu aqalaze ebondwen athi babe kanti liphi iwashi lalayindlini ngoba ngingaliboni nje?? USbu akhombe insimbi eseceleni kombhede ngaphezi kwensimbi kunesando athi uSelu aibo ma luv akulo iwashi leli insimbi enesando Sbuilona washi lami elikhulumayo leli Selucha awulikhulumise nami ngizozwa isikhathi uSbu athathe isando ashaye insimbi kakhulu KUZWAKALE UMAKHELWANE EMEMEZA yeyi unesidina sbu u2:30 ekuseni ubhizi usibangela umsindo Sbu(emoyizela)uyabonake Selu babe asikho isidingo sokuthenga iwashi njalo nje uma ngifuna iskhathi ngishaya lensimbi amemeze lomama
Posted on: Sun, 10 Aug 2014 09:09:19 +0000

Trending Topics



Recently Viewed Topics




© 2015