USiyanda Mzizi inkonzo yasekamelweni uyibiza ngephone uma, eqisela - TopicsExpress



          

USiyanda Mzizi inkonzo yasekamelweni uyibiza ngephone uma, eqisela izingane zakhe. Abize ingane: Mfana hamba uyotshela unyoko ukuthi ngifuna ukwenza iphone call. Mfazi: Mtshele kuthi ngeke ngidlale yena angisebenzisi u-call per second mina. Siyanda: Mtshele ukuthi i-long distance call and ngizohlala ocingweni. Mfazi: Ayikho i-network and okokuqala nje amacalls akhe a-cutter esabingelela nje. Siyanda: *esecikekile* Ngizosuke ngiye kuma public phones phela. Mfazi: Hamba nje wena nami ngizosale ngivule i-call centre la. Siyanda: Hayi engathi umuntu wathenga iphone endala la. Mfazi: Uqinisile ingakho nje ingasayi readi ne sim card yakho. Kwaaaaaaaaaaaaa
Posted on: Thu, 17 Oct 2013 06:09:28 +0000

Trending Topics



Recently Viewed Topics




© 2015