Udaba luka Oscar luyinkinga kakhulu ngoba kufuneka sibheke - TopicsExpress



          

Udaba luka Oscar luyinkinga kakhulu ngoba kufuneka sibheke leziZinto,1 manje uyena yedwa okhona owabe ekwi Scene of Crime(Accuesed & eye witness),2 bonke ofakazi babengekho kwiScene of crime,3 Bonke ofakazi bakhuluma nge here say evidence akekho ngempela oneqiniso ukuthi Izwi lika Reeva noma elika Oscar elalizwakala ngaphandle,4 iEx-girl friend ka Oscar yathi eCourt uOscar uneZwi elinjenga nelomuntu wesifazane lapho iCourt isinokungabaza ngodaba lezwi,5 lamaCala amanye asebembophela wona akaboshwanga ngeqiniso kuwona bawabala ngoba eseneCala sonke lesikhathi kade bethuli bonke Abangani bakhe bengasho lutho kuthanda ukungabi neqiniso loku ngaku Oscar,6 uOscar akakaze amshaye uReeva ngaphambi kweNgozi,7 ubufakazi besiValo abusho lutho nje buthuli,8 ukudubula eguqile noma emile akusho lutho nje kuphela wadubula uOscar,9 uOscar akaliphiki iCala kodwa uthi wadubula ngoba ethi Isigebengu lokhu kungena ngaphansi kwe Self defence & protection of his property,10 uOscar ungumuntu okhubazekile ithemba lakhe kwakufanele libe sekusebenziseni isiBhamu,11 iNkantolo kungenzeka ibe nokungabaza ngobufakazi bokuthi agwetshwe ngeCala leMurder kungase kube iCulpable homicide(iMurder=iNhloso,iCulp=ubudedengu,12 kungaba nokuthi athole isephulo uma egwetshwa njengoba ezobe eqala ukugwetshwa,13 ngaphandle kwako konke nje osekukhulunyiwe eCourt uOscar kuyabonakala ukuthi kukhona okungenzeka ukuthi uyakufihla isikhathi esiningi aBantu bayathanda ukubalekela eToilet uma kunenkinga abanye bayakwazi lokhu,14 uOscar umose iMali yakhe ngokuchitha isikhathi elokhu equla iCala,bekufuneka atshele iCourt ukuthi yebo ngimbulele uReeva kodwa bengingaqondile noma asho ukuthi ngisuke ngadinwa ngamdubula ngingaqondile bekuzozwakala nokuthi uma emdubule ngenhloso kukhona iMali ethintekayo kulendaba noma okunye nje abona ukuthi sekumlahlekele ubezohamba nako uReeva,nako futhi bekuzozwakala yize kuyiCala ukubulala,bekufuneka angamosi iMali yakhe ngobala,manje uzogcina esema emgwaqeni icela iMali,ungakhohlwa ukuthi wonke uMuntu onokukhubazeka unenhliziyo encane ngoba usuke acabange ukuthi uma wenza into kuyena uyenza ngoba umbukela phansi.
Posted on: Mon, 24 Mar 2014 21:22:45 +0000

Trending Topics



Recently Viewed Topics




© 2015