Uma kuphekwa ukudla emakhaya kuye kubekwe ibhoto kwistove kodwa - TopicsExpress



          

Uma kuphekwa ukudla emakhaya kuye kubekwe ibhoto kwistove kodwa kusube kungaphekwa ibhoto kodwa kuphekwa ukudla okusebhotweni, and ibhoto alingeke litshele umpheki(cooker) ukuthi ukudla kuvuthiwe manje but umpheki(cooker) nguye ozothi ma ezamisa ukudla akubone ukuthi manje kuvuthiwe ukudla abe sekususa kw stove, and uma ekuzamisa ukudla ungaze ucabange ukuthi uxabana nebhoto kanti ngaso sonke esoskhathi akaxabani nalo but kuvuthiswa ukudla okuphakathi kwibhoto. Lalela mntakababa wena ulibhoto, ukudla yile character idingwa nguNkulunkulu kuwe, umpheki(cooker) nguNkulunkulu, istove ngusathana ngoba kunezinto ezingeke zivele kuwe uma usathana engakuleqi or uma usathana ethule engakuhlaseli or uma engekho usathana, manje kuye kudingeke usathana ukuthi athethe or abekhona ukuze ubeyiloko uNkulunkulu afuna ubekuko, ngoba uma esathule usathana noNkulunkulu uyathula, manje sifuna abazalwane abazojabula mabehlutshwa ngusathana ngoba bayazi ukuthi manje uNkulunkulu uzokhuluma, hlala emlilweni untill kuze kuvuthwe ukudla. Loko kudla kuzodliwa lizwe lonke nayizikhulu nangabo. Great noble men/women. Hlala estovini noma sesivulelwe sonke or noma usisha kodwa ungasuki kuze kuvuthwe ukudla and musa ukusitshintsha eso stove ukuso ubalekele kw flame but hlala kuleso sombane/gas. Nisekhona makholwa? Ake ngizwe abangizwayo ke. Amen.
Posted on: Wed, 13 Nov 2013 12:44:17 +0000

Trending Topics



Recently Viewed Topics




© 2015