Uma kuphela iwayini emshadweni bonke bayaku Jesu bathi: mfundisi - TopicsExpress



          

Uma kuphela iwayini emshadweni bonke bayaku Jesu bathi: mfundisi liphelile iwayini. Usethi uJesu lethani kimi izindishi zokugezela ukuze ngigcwalise iwayini elisha. Ujesu uthatha izitsha zokuhlambela kungani na? Ngoba ungu Jehova ongakhethi, ungu Jehova ozele abonayo. Mzalwane ulapho ukhona ngithi angikwazise namhlanje ukuthi uJesu akafuni mali yakho, akafune buhle bakho, akafune zono zakho, akafune lutho olwakho kepha udinga wena uqobo anginandaba ukuthi abantu bathini ngawe. Noma ngabe sebekuhlekile, bakuhleba kepha ngizothi ungakhathazeki uJehova ubesahlela ngempilo yakho ngoba ungu Jehova okungafunyanwanga nkohliso emlomeni yakhe; uNkulunkulu unawe futhi uyakuthanda.
Posted on: Mon, 26 Jan 2015 19:39:03 +0000

Trending Topics



Recently Viewed Topics




© 2015