Ungayilwi impi engenasicoco, ungawubangi umsindo kanti if uwina - TopicsExpress



          

Ungayilwi impi engenasicoco, ungawubangi umsindo kanti if uwina noma kugcina wena ngeke uthole lutho. Kunento la emhlabeni ebizwa ngokuthi WINNING LOSING PRINCIPLE Umakutshelwa abesifazane abakhuluma kakhulu kuthiwa uqaphele ngoba -one can win an argument and have lost a man- Uzwe usisi ethi ngamgiva bafethu ngimtshele ezakhe zonke Umbuzo uthi uphi pho? Akasekho uhambile, uwine inkulumo wa luza indoda. (YOU HAVE WON AN ARGUMENT AND LOST A MAN) Kunezimpi okufanele ungazilwi ngoba noma ungawina ngeke uthole lutho, #dankie
Posted on: Thu, 03 Apr 2014 09:25:44 +0000

Trending Topics




© 2015