Ungazibulali noma sekunjani: Ngixoxa nomunye usisi izolo - TopicsExpress



          

Ungazibulali noma sekunjani: Ngixoxa nomunye usisi izolo esasifunda naye ehigh school,walimala engozini yetekisi and kwaphoqeleka ukuth anqunywe ingalo and neso lakhishwa ngoba elimele kabi. Ubaba wengane yakhe wabaleka emshiya namagama athi ukube nguwena ngabe ngiyazjbulala ngoba awusento yalutho. Nabanye bomndeni wakhe nabangane bebemshumayeza ngokuthi akazibulale cz se-useless. Sephilile nokukhubazeka for ten years and manje unemoto,umuzi futh imali iyazizela kuyena ngoba wavele wakha imiqasho and imngenisela imali ai imadlana. Losisi senanBnB esouth coast. Laba ababethi akazibulale sebebuyela kuye,abanye sebebona intombo,ubaba wengane seyakhumbula ukuth umama womntanakhe sekhohliwe ukuth wathi akazibulale ngoba akaseyinto yalutho..... Mnganami bengizothi kuwena noma sebekubona ungasento yalutho abantu wena keep on fyting ungazibulali. Kungenzeka ukuthi kulesimo okuso uJehova ufuna udlule kusona kuqala ukuze uphumelele so plz dnt kill yoself and dnt throw away the towel. Yebo sofika sithi kodwa usaphilela into ebukwa ngubani kepha ngithi njengoba kunje empilweni yakho uJehova unalo icebo ngawe,dnt kill yoself. Ukuze kubonakale ukukhanya fanele ufice ubumnyama,nawe usendleleni esebumnyameni ukuze kubonakale ukukhanya. Ngiyaphinda ngithi kubantu awuyilutho kodwa kuJehova uwutho,ungazibulali.... Gudmning
Posted on: Thu, 07 Aug 2014 04:56:01 +0000

Trending Topics



Recently Viewed Topics




© 2015