Wathi engaquleka nje uMKHIZWANE uNONHLE waqala ukuzwa izinhlungu - TopicsExpress



          

Wathi engaquleka nje uMKHIZWANE uNONHLE waqala ukuzwa izinhlungu eqolo esesiswini wakhala njengo muntu osikwayo. Wayengazi uSAKHILE noma asize unina okanye isinqanda mathe sakhe. Wavele wabona ukth limshonele wamemeza uMANYAWOSE. maMDALA nakhu ngvelelwa inkinga ngicela usizo ngapha nebala waphuma egijima uMANYAWOSE ezobona. Ekhala ezibhuquza umntana kama ZONDO zibuhlungu izinhlungu kwaqala kwaphuma igazi liphuma liphalala. UMKHIZWANE wathatha ucingo washayela emthola mpilo ebika ngentombazane ephuma igazi ngaphansi esithweni sangasese. Akuphelanga mzuzu emngaki kwafika abosizo lokuqala lamthatha uNONHLE. Wayese lahlekelwe igazi eliningi namandla asemphelele ethule nje bobabili beno MKHIZWANE bayiswa esibhedlela Okwakunzima ngempela ukuthi oyedwa wabo akabange asavuka. Lowo kwakungumntwana kama Zondo uNONHLE wafika udokotela ezochazela abazali bakhe emva kokuthola ucingo lokthi umntwana wabo usesibhedlela. Wakhuluma lamazwi udokotela siyaxolisa ingane kanye nonina abakwazanga ukulwela izimpilo zabo. Wakhihla esika nandi uMAZONDO uma ezwa lokhu. Aw NONHLE mtananami wazibulala bengithi uyayithokozela lengane ubungase ubulale umphefumulo ongena cala aw kodwa ngane yami uxolelwe. Uyise wayelokhu ehleli entweni eyodwa uNONHLE wami akazange azibulale impela kuzophenywa ibheshu emadodeni. Impela loludaba luya enkantolo Yini uMKHIZWANE lesi sikhohlakali somthakathi sithathe ingane yami maqede sizwe sekuthiwa isesibhedle iphuphunyelwe isisu lukhulo elaziwa ilomama yini esimqulekisa akasize avuke. Uyobe esechazela abengalo yomthetho nakhu udokotela uthole amaphilisi okukhipha isisu emzimbeni wengane yami kuningi okungahlangani lana aw angeke kufe ingane yami maqede kuthuleke nje kanjalo ngthembe mfazi ka MAVUSO basazohamba izinkantolo nginguzondo mina angincenge buhlobo namuntu.
Posted on: Fri, 23 Jan 2015 15:01:25 +0000

Trending Topics



"stbody" style="min-height:30px;">
As many of you probably know, today is my last day at work and one
I have lost 70 pounds since I took part in the fitness training
Christian Outreach Centre/Global Care. CANBERRA LAUNCH FOR 2013

Recently Viewed Topics




© 2015