kunomehluko phakathi kokuthanda nokuhalela bakithi into uma - TopicsExpress



          

kunomehluko phakathi kokuthanda nokuhalela bakithi into uma uyithanda usuke uzoyibeka isikhathi eside uyiphathe kahle kodwa uma uyihalela uyisebenzisa ngaleso sikhathi oyihalela ngaso mese uyishiya kanjalo .ngicela ukukusho lokhu ntombazane yami ungazitholi ususekingeni uyeke umuntu okuthandayo ugijimele umuntu okuhalelayo kusasa uzozisola kungasekho ukubuyela .okokuqala kumele kube nenhloso yokuthi uthandwelani mhlawumbe ukuthi kuchithwa isikhathi nje kuphela . kuhle ukuthadwa kodwa akube nesizathu sakho baningi abantu abazithola besekingeni ngexayothando olungenanhloso .nibenosuku oluhle bangani
Posted on: Sun, 27 Oct 2013 19:57:57 +0000

Trending Topics



Recently Viewed Topics




© 2015