nangoke uDlamini ubaba ka Sqopholozi entshontsha inkomo kaDladla - TopicsExpress



          

nangoke uDlamini ubaba ka Sqopholozi entshontsha inkomo kaDladla , bakhelene njalo labantu. baze bafikisana enkantolo..... ngesikhathi seliqulwa icala.....abuze umantshi ukuthi unabo yini ubufakazi obuphathekayo bokuthi uyintshontshile uDlamini inkomo,,,,, athi uDladla cha nkosi yenkantolo anginabo, kodwa uyena isela..... mantshi.ngenxa yokuthi ubufakazi awunabo ngizophoqeka ukuthi ngilisule icala ashaya phansi kathathu ngesando umantshi icala seliphelile, uDlamini uliwinile..... ajabule kakhulu uDlamini beno mmeli wakhe,,,,,kuthi kusenjalo,,,,,,,, abantu bengakahambi,,,uDlamini azwakale esethi...... Nkosi yenkantolo njengoba sengiliwinile icala ngingambuyisela yini inkomo yakhe uDladla noma ngisale sengiyigcina? 
Posted on: Sun, 17 Aug 2014 06:12:20 +0000

Recently Viewed Topics




© 2015