Admin, ngeshwa uMandela angeke asakwazi ukufakazela ushembe - TopicsExpress



          

Admin, ngeshwa uMandela angeke asakwazi ukufakazela ushembe ektheni uke wadlala indima ekulweni namabhunu njengoba amanazaretha esikhumbuza njalo ukuba ushembe wayilwela naye inkululeko yethu. Umbuzo wam ulana: if shembe wayelwela ukuthi kungasabi nobandlululo nokucwasana ngezikhathi zamabhunu,then y umbuso wakhe unobandlulo olungaka?? Ushembe okokuqala, uthi uphethe iyhluthulelo zezulu labantu abamnyama.so it means ndiya,coloured,china,mlungu soze bangena kuzulu lika shembe. Secondly ushembe inkonzo yamazulu, meaning wena shangane,venda,sotho,tswana,ndebele,bayoba nenkinga uma beshona ngoba ushembe ukhuluma isizulu n akazazi ezinye izilimi. Lastly ushembe unobandlulo kwabesimame. Umuntu wesimame akanandawo kwa shembe except that akhule,akhethwe yindoda,ayizalele abantwana......sizokholwa njan ukuba lomuntu wayelwela ukungacwasi uma kunobandlululo olungaka khona? FROM - Phumi Dmples Kubheka
Posted on: Wed, 10 Jul 2013 18:26:39 +0000

Trending Topics



Recently Viewed Topics




© 2015