At the end of the job interview: Interviewer: ...and Qaphelani - TopicsExpress



          

At the end of the job interview: Interviewer: ...and Qaphelani please tell us why you think you deserve this job and why we should consider you as our number one candidate for this job... Qaphelani: Eeeeh eish ja okay... Uuuhmmm ukube ngiwuwena engabe ngiwunika mina lo msebenzi ngoba vele uhlala ngasekhaya uke ubone sishizila kanjani edladleni uma ngingase ngithole lesi span ngeke ngisahlupha ngizophuza utshwala obusile ngishiye phansi indaba kagavini ngiyeke nokudayisa owunga laba ngingabe ngisayibamba nenkunzi. Vele wena sisteri unginike ispani ngizogwaza uma ufuna ngigwaze vele isemhlabeni la ziyenzeka lezi zinto futhi nje eish yazi kade siqalile nale interview yenu anisayiqedi yini mina ngifuna ukuyoshuka manje.... Plus khona lo sisi ohleli ngale e-front desk oyisibhaxu kuzomele ngidlule ngincukule nedonsa lakhe... 2 YEARS LATER: STILL UNEMPLOYED...
Posted on: Fri, 24 Oct 2014 20:45:02 +0000

Trending Topics



Recently Viewed Topics




© 2015