Dear Admin please ngicela ungifihle nginengane ena 2 1/2 years - TopicsExpress



          

Dear Admin please ngicela ungifihle nginengane ena 2 1/2 years ngino 3 yrs ngiyingoduso but ngizithola engekho interested kimi angazi noma ingoba angikakayiluzi iweight yengane yini, kodwa ngithole ukuthi after 3 months after our engagement umuntu wami unentombi asethandane nayo shortly after our engagement and ngithole okungishaqisayo in his computer izithombe Zakhe ze private part yakhe ezithumele ukuthi umkhumbula kangakanani , nokuthi umthanda kangakanani, nezithombe zabo kwivacation overseas muhle yeba and ngiyakhumbula ethi uhanjiswa umsebenzi , kodwa lomuntu Mina usangiyise eWild coast once nengane yami kanye nengane yakhe from a previous relationship ngisho silapho but ubehlale ekwiphone yakhe until late ke senze ucansi olufana nokuzikhulula nje, izithombe zabo bobabili kwi computer benza ucansi hhayi ziyangiqeda I wish kungaba yiminaye.
Posted on: Sat, 27 Sep 2014 20:22:19 +0000

Trending Topics



Recently Viewed Topics




© 2015