Frm inbox KWEZEMPILO WITH PN. Mkhaya ilahlele ebandla myb - TopicsExpress



          

Frm inbox KWEZEMPILO WITH PN. Mkhaya ilahlele ebandla myb ngingathola usizo ungifihle igama indaba yami iserious ngingumfana ona29yrz ngathatha umfazi asiqedanga ngisho nonyaka sisonke wangishiya ngazama ukumncenga wangancengeki manje inkinga nansi mkhaya kwathi esanda ukuhamba ngagula bt kancane okwabantu bonke nje nt ukuthi sengiserious ngaya esbhedlela ngafika ngahlola istatus sami ngathola ukuthi ngiHIV positive manje angazi ngimtshele njani lomuntu umbuzo wami ngimtshele noma ngimyeke enjalo ngoba angikaze ngalala nomunye umuntu since wahamba sorry inovel ungakhohlwa ukungifihla Busi/Dau
Posted on: Fri, 22 Nov 2013 10:04:55 +0000

Trending Topics



Recently Viewed Topics




© 2015