Ibhalwe nguSandile Ndaba MJ DIARY OF A FARM GIRL Usuku Lwami - TopicsExpress



          

Ibhalwe nguSandile Ndaba MJ DIARY OF A FARM GIRL Usuku Lwami lokuqala eThekwini,hlezi ngizwa ngendaba uma bexoxa ngolwandle nango Moses Mabhida namhlanje ngzokbona konke lokho ngoba sengzohlala khona la kwelika Bhanana...ngiqede Matric ngonyaka odlule Manje ngzoqhubeza imfundo yami ngenhlanhla ngitholile uxhaso lwezemfundo ngizokwazi ukuqhubekela phambili ngyofunda DUT (durban university of Technology) Mmh izinto Zihle impela lapha,sengthole nabangani abasha engihlala nabo eRes,bona banalo ugazi bandla nobuntu ngoba ngfika lana kade ngingenalutho kodwa bangsizile ukujwayela impilo yokphila ngingekho eduze kwabazali..Impilo la impela baziphathele ,Weekends bayahamba njalo ntambama baze babuye Sunday emini ..Uma bebuya uyabona futhi ukuthi kumnandi lapho bebuya khona ngoba babuya nezinto ezinhle ezimnandi ezingenza ngibe nembuzo ukuthi kanti lezindlela zabo zisuke ziyaphi kodwa ngisabe ukubuza.. Ekhaya ngafundiswa ukuthi intombazane ayihambi ebusuku futhi ayibuyi ngale kwehora lesithupha (6).. Ngikhulele emakhaya lempilo ephilwa la ayifani neyasekhaya futhi ngathi ngiyislima mina manje kulabantu engihlala nabo ngoba anginayo nendoda , futhi nasekhanda ngine short hair kyabonakala nje ngumkhaya ngempela... Mmh Ake nginganaki okuningi ngenze engakuzela eThekwini ngbhekane nezincwadi zami...Lihambe isonto Lufike ulwesihlanu lokphela KweNyanga,Ntambama ngizwe ngo Mbali engmemeza ngise Bathroom sengigezela ukulala .. Mbali : Zodwa (ememeza) aybo oe awfuni sizikhiphe tonight?? Me : aybo angihambi mina ebsuku nje Mbali : aybo Zodwa hlezi kusemini lana kuno Gesi nje lol Me : Ngyasaba kodwa Mngani yaz,angijwayelanga Mbali : Khululeka My F uzojwayela asambe oe kuzoba Mnandi uJoe uzoslanda siye ku Florida. Me : Ohk Mngani kodwa kzomele sisheshe sibuye ke ngo 12 ebsuku mina ngyathandaza... Afike uJoe ngo 19:35 ,aybo lo Joe ulingana no baba wami ongizalayo nje !!!! Singene emotweni no Mbali (BlackRange Rover) ...baxoxe ke uMbali no Joe and uyezwa inkulumo yabo abayikhulumayo ukuthi bayathandana babizana ngo Baby no Hunny... Sifike lapho ku Florida ,kwaba sengathi kuse Mini abantu bayaphithizela abanye babambene bayajola banciksene ezimotweni.... Mina sengilokhu ngilandela uMbali no Joe wakhe phela angifuni ukuduka angazi muntu kule Ndawo... U-Joe adeke itafula ngeziPhuzo engiqalayo ngisho ukuzibona empilweni yami...baphuze bese ethi uMbali angphuze nami,ngimtshele ukuthi ngiphuza iJuice kphela mina....ay ngize nglingeke nami ngphuze Glass after Glass isiyaqala nokungena lento egazini sengixoxa into engapheli.. Kushaye iskhathi sokuhamba u-3 manje ekseni,angsakwazanga ukthandaza endlini ngo 12..angsazazi ngisho igama lami indlela engidakwe ngayo,uMbali athi yena uhamba no Joe wakhe mina angizibonele ngzohamba kanjani,angshiye ngempela uMbali ahambe no Joe wakhe ngisale kanjalo emgwaqeni ngikhala ngoba angazi muntu la eThekwini and angazi nokuthi ngzophuma ngibheke kuphi uma ngiphinda eRes !! Kuqhamuke ubhuti ohamba nge Mini Cooper angbuze ngkhalelani,ngimchazele ukuthi kwenzekeni nokuthi angkwazi endlini uma ngilana and angazi ngzohamba ngani....angthathe ubhuti Sihambe naye athi unghambisa endlini,ngagcina sisuka naye ku Florida ngazumeka emotweni yakhe ngalala... Ekseni uma ngphaphama utshwala sebudamukile,ngsendlini engingayazi nglele nomuntu engingamazi ....ngbheke izingubo Zami sengshawa amahloni,ngizwe neNkomo yami ibuhlungu iphuma negazi....angazi kwenzekeni kodwa ngbone ukuthi ubuntombi bami sebuhambile.. Me :Bhuthi ungubani igama lakho? Bhuti : Ngu Sipho sisi Me : Ngfike kanjani endlini la pho mina? Bhuti : ubudakiwe uswele indawo yokulala ngaksiza Me : Manje pho kusho ukuthi lala nami yini uma ungsizile (crying) Bhuti : Uwena obuzicelela usudakiwe,futhi ke azikho izinto zamahhala la eThekwini ngiksizile ngo lift nendawo yokulala So bengeke unganghlabisi Me : uysebenzisile kodwa iCondom ??? Bhuti : yes kwi Round yokqala...2nd round kuya kwi 5th Round angbange ngsayfaka Me : FAINTED !! To be continued ............... Chapter 2 coming soon!!!
Posted on: Sun, 13 Jul 2014 10:08:30 +0000

Trending Topics



Recently Viewed Topics




© 2015