Kunabantu abazele ukuzophusha ama-agenda abo ebandleni. Kunabantu - TopicsExpress



          

Kunabantu abazele ukuzophusha ama-agenda abo ebandleni. Kunabantu abazofuna i-dominion. Abangatshelwa. Nala kule-group bakhona, futhi baziveza bona. Abatshelwa bahamba ngomoya wabo wokungathobi. Which is not of God, because God is humble and so is His children. Labantu basetshenziswa usathane ukuze bachithe, bafake ne-confusion ezintweni zikaNkulunkulu. Baqhutshwa impakamo, and they are seeking glory. You dont see or hear them praising, glorifying, exalting God. Into abayenzayo ukugxeka nokuqala izimpikiswano. Abaholwa uMoya oNgcwele kodwa baholwa umoya kababa wabo usathane. Asibagadeni, lithi izwi: usathane singamniki intuba if we entertain their debating behavior sinekeza ubaba wabo intuba. They pretend to be Christians, they know the word just like satan does. So if umuntu ekhuluma into engakhi akazitshwe. That way bazoshawa isizungu bathule. I believe uNkulunkulu osihlanganisa kanje ngoba efuna ukusifundisa nokusihlanganisa. Lets face it ayisebenzi indaba ka-self emzimbeni kaKristu. Njengoba umzimba uyidinga ingalo, uyawudinga nomunwe. Each and every part is useful. Asigadeni-ke okungenamsebenzi. Ngingakhuluma kuse emnyango
Posted on: Sun, 06 Jul 2014 23:09:26 +0000

Trending Topics



Recently Viewed Topics




© 2015