Mmmmmmmm God is a faithfully God,His mercy endures forever He is - TopicsExpress



          

Mmmmmmmm God is a faithfully God,His mercy endures forever He is good He is loving en Kindness!!He is holy...mngani wam sawubona namhla I just want to give hope kulabo abanganathemba Davide says even if I go throug esigodini sethunzi lokufa uthi ngeke ngesaba lutho ngoba wen Jehova unami!!! Bangani wonke umuntu uzondlula esigodini sethunzi lokufa,abanye bakuso njengamanje abanye baphuma kuso abanye basaszongena!! Ungasabi ngoba uJehova unawe,mhlampe usulahle ithemba ngempilo yakho,ufuna umsbenzi awuwuthola! Ushonelw abazali bakho. Emshadweni uyahlukumezeka!! Nakulomjolo wakho akukho ukujabula!! Wena ungakhali usesigodini sethunzi lokufa uzokwendlula masinyane uJehova ukufake ku test room ukuba uzovivinywa!!! Awubulawa my frendy That problem u r gowing through light now u will come out better off than u were bofore,!!! I speak strength into u my frendy I speak encouragement! I speak health! I speak wisdom I speak prosperity! I speak determination. I speak new levels of increas I declare voctory over each one of you lives in Jesus Name Amen!!! Nibe nosuku olumnandi ninanonke Amen!!!!!
Posted on: Fri, 07 Jun 2013 05:42:04 +0000

Trending Topics



Recently Viewed Topics




© 2015