Morning bahlobo ninjani ekuseni nje khanisi xoxele phela ingaba - TopicsExpress



          

Morning bahlobo ninjani ekuseni nje khanisi xoxele phela ingaba nyeyiphi Emini ewunga soze wayi libala/khohlwa empilweni yakho mina kumhlazane ngangizo qala ukuphuma neskolo sizoyo dlala kwesinye ngijabule kakhulu sizohamba nge Bus okoku qala yavele yangishiya ibus ngisangene eshop worse ngabe ngithenge ngayo yonke imali ngingenayo ne cent esikhwameni ngahamba ngenyawo ukusuka mount Ayliff ngofika ekhaya ngangabisaya nako match kakade ngakhala ilonke lomini soze ngayi libala/khohlwa ithini eyakho wena mhlobo?
Posted on: Wed, 28 Aug 2013 06:16:44 +0000

Trending Topics



Recently Viewed Topics




© 2015