Muntu wesifazane lalela: Ungazitholi ufa (Physically and - TopicsExpress



          

Muntu wesifazane lalela: Ungazitholi ufa (Physically and Spiritually) ngenxa yaleligama NGIYAKUTHANDA basazokutshela abantu besilisa ukuthi bayakuthanda bengakuthandi ngoba bekuthanda kepha bekuthanda ngoba befuna ukulala nawe. Akhe ucabangenje ukuthi bangakhi abantu osuleli nabo bethi NGIYAKUTHANDA ngikubuze mina ukuthi basakuthanda manje yini? (1). Wathi uAmoni kuye NGITHANDA uTamari udade wabo Abisalomu umfowethu(2Sam13:4b) (2). U-Amnoni wayesemzonda ngenzondo enkulu kakhulu uTamari,ngoba inzondo amzonda ngayo yaba nkulu kunothando akade emthanda ngalo Bazolala nawe meqeda bakuzonde ngenzodo enkulu kakhulu bangafuni ngisho nokhuluma nawe just like the way Amnon did. Wamubulala uTamari (spiritually) Ungavumeli ukuthi kudlalwe ngawe elokho uthi ngiyamthanda uHubby ningashadanga,edlala ngawe. Abanye abathandi wena kepha bathanda izinto zakho, abanye bakuthanda ngoba usebenza edepartment of what what Ngicela ungabavumeli oAmnoni badlale ngawe, abanye bazothi NGIYAKUTHANDA AND NGIZOKUSHADA bengakhulumi leyonto befuna ukulala nawe. Ungazitholi usuzisola,ungazitholi ukhulisa ingane enganababa ubabawayo ekhona kepha kufane nokuthi akekho Baningi abasedle amaphilisi befuna ukuzibulala ngenxa yaleligama NGIYAKUTHANDA abanye manje bahlezi ekamelweni bayagula sebeze bayazisola bathi bengicabanga ukuthi uyangithanda Akalobole umekuthanda
Posted on: Sat, 13 Dec 2014 14:46:27 +0000

Trending Topics



Recently Viewed Topics




© 2015