NANSI INGOZI MANAZARETHA: Ithi iNkosi iNyangayezulu, - TopicsExpress



          

NANSI INGOZI MANAZARETHA: Ithi iNkosi iNyangayezulu, iNhlalisuthi EQONYIWE into yokuqala nje uma ivula umlomo wayo ithi IYAHLABELELA kuphuma IPHUNGA LIKA-NONDINDWA emlonyeni wayo. Bese iyacunuka ingelosi... Ukuhlabelela kwalowo muntu sekuyisinengiso phambi kukaNkulunkulu. NB: Umthetho waseKuphakameni uthi, uma uqonyiwe noma uqomile, awungeni phakathi kwe-Temple, uhlala ngaphandle kwamatshe amhlophe. Ngoba uma uqonyiwe, noma uqomile bese UPHAKAMA eThempelini, LOMOYA omubi WOKUQOMA noma WOKUQONYWA okwembethe uzophuma usabalale nabantu bonke eThempelini. Bese nabangaqonyiwe nabangaqomile, beqala begila lomkhuba, begcina bengena kulesi sono ngoba BASHUNYAYEZWE umuntu ONJENA. ISELULEKO: Uma unalesi sono, kodwa ungena eThempelini, KUNGCONO UNGAPHAKAMI, ungakuzami nje ukushumayela eThempelini! Vele uzithulele nje. Uzosukuma, ushumayele, uthelele abantu beNkosi ngalomoya... Wenake uzoba yini kuShembe ngoMhla wokuphela? Nkulunkulu onamandla wonke Yise wabo bonke abamukhonzayo Busisa ukuvuka kwethu kwanamhlanje Usigcine ngomusa wakho Amen.
Posted on: Wed, 23 Oct 2013 05:05:13 +0000

Trending Topics



ext" style="margin-left:0px; min-height:30px;"> 05 de Novembro: 1897: O presidente Prudente de Morais sofre
DEALING WITH EMOTIONS Emotions are feelings, sentiments,

Recently Viewed Topics




© 2015